GBV STRUCTURES AND SUPPORT AT UKZN
IZINHLAKA NEZINHLELO ZOKWESEKWA KWEZODLAME LWANGOKOBULILI E-UKZN
Did you know? / Benazi ukuthi?
It’s not always easy to know what to do when facing gender-based violence. The University of KwaZulu-Natal (UKZN) has specialised gender-based violence (GBV) structures in place specifically to support you. We are here and we will listen.
Akulula ngaso sonke isikhathi ukwazi ukuthi wenzeni uma ubhekene nodlame lwangokobulili (GBV). I-UKZN inezakhiwo ezikhethekile ze-GBV ezihlelelwe ukukweseka. Sikhona lapha futhi sizokulalela.
What must I do if I want to report GBV? / Ngabe ngenzani uma ngifuna ukubika i-GBV?
You can report in person to any of the Risk Management Services (RMS) control rooms on all campuses.
Ungaya ngokwakho kunoma iyiphi i-control room yakwaRisk Management Services (RMS) kuwo wonke amakhempasi.
What happens if I don’t want to report in person? / Kwenzekani uma ngingafuni ukuziyela mathupha?
That’s ok. You can call RMS or email the helpdesk.
Lokho kulungile. Ungashayela abakwaRMS noma uthumele i-imeyili ku-helpdesk.
Email: rmshelpdesk@ukzn.ac.za
Phone numbers to call are / Izinombolo ongazishayela:
031 260 3493
031 260 2540/2542/3777
031 260 2540/2542
033 260 5211/6215
031 260 7133/7265
What if I am not comfortable to go to RMS to report GBV? / Kwenzekani uma ngingakhululekile ngokuya eRMS ukuyobika iGBV?
That is also ok. You can also report to the Campus health and wellness services, College student support, your Residence Assistant or Residence Life Officer, or Central student services.
Lokho nakho kulungile. Ungabika kwizinsizakalo zezempilo nezokuphila kahle ekhempasini, ukwesekwa kwabafundi eKolishi, Umeluleki wezindawo zokuhlala noma isikhulu sezempilo ezindaweni zokuhlala noma kwizinsizakalo ezisemkhakheni wabafundi.
For students living with disabilities, you can choose to report at the disability unit.
Kubafundi abakhubazekile, ungabika ophikweni iDisability Unit.
For students who are part of the LGBTQIA+ community, you can report to your LGBTQIA+ Forum Chairperson.
Kubafundi abangamalungu omphakathi we-LGBTQIA+, ungabika ku-Sihlalo we-LGBTQIA+ Forum.